Lyrics Labs
Baleka Lyrics - Artist : CiCi
Nkosi ngizwa ngiphelelwa mandla
Ngizwake mina ngishiwa zinqondo
Sengya baleka, baleka
Sengya baleka, baleka
Ngifihle kuwe nqaba yami
Sengya baleka

Isono sami ke mina
Okuthi nguw mfazi
Ingakho ke
Mina ngifel ical engalazi
Aw noma ngimemeza
Sukundi bulal uwundiva

Nkosi ngizwa ngiphelelwa mandla
Ngizwake Mina ngishiwa zinqondo
Sengya baleka, baleka
Sengya baleka, baleka
Ngifihle kuwe nqaba yami
Sengya baleka
Ngifihle kuwe nqaba yami
Sengya baleka

Sulezo nyebezi
Sukilila ohhhh
Amandla Akho yikona
Ukuba umfazi
Oh ngithi memeza
Memeza ndiyakuva

Nkosi ngizwa ngiphelelwa mandla
Ngizwake Mina ngishiwa zinqondo
Sengya baleka, baleka
Sengya baleka, baleka
Ngifihle kuwe nqaba yami
Sengya baleka
Sengya baleka, baleka
Sengya baleka, baleka
Ngifihle kuwe nqaba yami
Sengya baleka
Ngifihle kuwe nqaba yami
Sengya baleka

Kukhona osephila ngokuzithathela kimi
Ngenhloso yokungigcwalisela angazi kanjani?
Iphutha ukuzinakekela njena ke sebezinanela, belawulwa inyama
Kungani' bengaphenduki abazingeli basendle
Uma kuyimizimba abayifunayo? Okungenani
Bazingele izinyamazane zasendle okwabazingeli basendulo
Mina ke - ngiyoshiya nesithunzi emuva, ijubane
Nkulunkulu wezintandane nabafelokazi
Ngendlala ngaphansi kophiko lakho
Imizimba yamakhosazane namakhosikazi
Ezweni Lapho sidliwa
Siphila sidliwa siphika lutho isivumelwano
Ngokuhlwitha ngendluzula ukukhanya
Isitha sanelisa izinkanuko zenyama
Galo yephuka ijubane kimi seliyoba ngumanqoba
Ngyoxwayisa nosana oluzelwe kunezimpisi eziphila emhlabeni
Kepha zizishaya sabantu
Baze bazisize babaleke
Kungani bengaphenduki abazingeli basendle
Uma kuyimizimba abayifunayo?
Sidliwa siphika sidliwa siphila
Nansi imizimba Yamakhosikazi namakhosazane

Nkosi ngizwa ngiphelelwa mandla
Ngizwake Mina ngishiwa zinqondo
Sengya baleka, baleka
Sengya baleka, baleka
Ngifihle kuwe nqaba yami
Sengya baleka

Copyright © 2009-2024
Privacy policy - DMCA Policy - Contact Us